- Thabathani amazwi,
nibuyele kuJehova,
nithi kuye:
“Susa konke okubi,
wamukele okuhle,
sinikele ngemilomo yethu njengangezinkunzi.” - Basutha njengamadlelo abo;
basutha, nenhliziyo yabo yaphakama;
ngalokho bangikhohliwe. - Ngubani ohlakaniphile, aqonde lezi zinto;
ngubani onomqondo, azazi, na?
Ngokuba izindlela zikaJehova zilungile;
abalungileyo bayakuhamba ngazo,
kepha abaphambukayo bayakukhubeka ngazo. - Nokho nginguJehova uNkulunkulu wakho
kwasezweni laseGibithe;
ngaphandle kwami awazi Nkulunkulu,
nomsindisi akakho ngaphandle kwami.
Izihloko ezihlobene
Ukuguqulwa
Bazithobe abantu bami ababizwa...
Intethelelo
Osibekela isiphambeko ufuna uthando...
Ukuthanda izinto ezibambekayo
Ngokuba asilethanga lutho ezweni...
Ukuziqhenya
Lapho kufika ukuziqhenya, kufika...
Ukuncika
Ngokuba yimina Jehova uNkulunkulu...
Ukudla
Ngokuba usuthisa umphefumulo olangazelayo...
Amavesi eBhayibheli osuku
Nina ningusawoti womhlaba, kepha uma usawoti edumele, ubusawoti bovuswa ngani na? Akasasizi lutho, kuphela ukulahlwa ngaphandle, anyathelwe ngabantu.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngihole, Nkulunkulu,wazi inhliziyo yami;
ngilinge, wazi imicabango yami,
ubone, uma kukhona indlela yosizi kimi,
ungiholele endleleni yaphakade.Ivesi elilandelayo